Ezishaqisayo News

Ezishaqisayo News Daily news

uMcebo Dlamini owaduma nge FEES MUST FALL ekhuluma kwi Podcast ka Mac G uthi usenobuhlungu emoyeni wakhe bokuthi wavuma ...
04/06/2026

uMcebo Dlamini owaduma nge FEES MUST FALL ekhuluma kwi Podcast ka Mac G uthi usenobuhlungu emoyeni wakhe bokuthi wavuma uku sign esbhedlela iBaragwana Hospital ukuthi kuhlizwe uMama wakhe owayenesimo sokugula kokudideka komqondo ngebhadi washona emvakokuhlizwa. okumphethe kabi ukuthi usisi wakhe wayenqabile uku signer so yena wavuma manje akazi noma ezinganeni zakwabo banakhoni ezinhlizweni zabo ukuthi uMcebo onesandla ekswelekeni komzali wabo.

UMbali Shinga ukhishiwe esiShayamthetho eKZN waxoshwa njengoMphathiswa wezokuThuthukiswa komphakathi.
04/06/2026

UMbali Shinga ukhishiwe esiShayamthetho eKZN waxoshwa njengoMphathiswa wezokuThuthukiswa komphakathi.

Kushiye umunyu kwabaningi ukukhala kwePhoyisa elithanda umsebenzi walo elihlukunyezwa ngabaphalii bali. abantu base Sout...
04/06/2026

Kushiye umunyu kwabaningi ukukhala kwePhoyisa elithanda umsebenzi walo elihlukunyezwa ngabaphalii bali. abantu base South Africa sebelihlanganisele umnikelo osubheke ku 500K.

Lifihlwe ngesizotha ihhashi lomjaho ebeselindle inqwaba yezindondo kwimqhudelwano
04/06/2026

Lifihlwe ngesizotha ihhashi lomjaho ebeselindle inqwaba yezindondo kwimqhudelwano

Ubezingela nosawoti umholi weNFP  uBarnes olwe ngawowonke amandla okuthi kuphume uMbali Shinga owu MEC eKZN ukuze kungen...
01/06/2026

Ubezingela nosawoti umholi weNFP uBarnes olwe ngawowonke amandla okuthi kuphume uMbali Shinga owu MEC eKZN ukuze kungene yena eyePhalamende .

Ibafana bafana kuthiwa ayikwazanga uku hamba njengoba iyodlala kwi World cup bavinje indaba yama Visa angakalungi
31/05/2026

Ibafana bafana kuthiwa ayikwazanga uku hamba njengoba iyodlala kwi World cup bavinje indaba yama Visa angakalungi

Obethi womisa amateki nge microwave amgile igoda phezu komqhini
30/05/2026

Obethi womisa amateki nge microwave amgile igoda phezu komqhini

eYesabatha ayibeyinhle kwabangcwele.
30/05/2026

eYesabatha ayibeyinhle kwabangcwele.

30/05/2026

Address

Mtubatuba OPhondweni
Mtuba Ridge
1986

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ezishaqisayo News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ezishaqisayo News:

Share

Category