12/09/2026
Lapha ingoma ikhulu usuku nosuku🔥🔥. Sebelebele uyena mdlali othi uma esenkundleni abe nomqondo wokuthi nje siyawina lapha. Kuliwa kuze kube sekugcineni. Yebo nabanye bangenela ngomqondo owodwa ukuwina kodwa lapha ngeke🔥🔥🙌.
Mamosha udlala emuva kodwa indlela aya ngayo phambili🔥🔥. Ungikhumbuza Thabo Matlaba owayehlezi ebonakala phambili ekora ama goli.
Sekubonakala ku Sebelebele manje🔥🙌👌.
Siyadifenda siyaphambili siyakora🙌🔥. Umjida ayi ngiyaphakamisa kuye🙌🔥