Ingwavuma News Updates

Ingwavuma News Updates This is where we gonna update the community about what's happening around them. Stay focused 📸

Uyamemeza okaNdaba ⚠️
18/08/2026

Uyamemeza okaNdaba ⚠️

Niyamenywa emkhulekweni womama.
07/08/2026

Niyamenywa emkhulekweni womama.

Akuvele amakhono bantu bakith.shonani khona
03/08/2026

Akuvele amakhono bantu bakith.shonani khona

UKUHLONZWA KWAMAKHONO(TALENT SEARCH)‼️

Umkhandlu waseJozini oholwa uMhlonishwa UMeya uNkosinathi Scelo Myeni ubambisene noMnyango weZemidlalo, amaCiko namaSiko KwaZulu Natal, banentokozo ukunethulela umqhudelwano wamakhono.

Kumenywa amaciko ukuthi azoqhudelana ngokuhlukahlukana,
Kulindeleke Poetry,Gospel,Afro pop- Hip pop,Theatre,Fashion,Contemporary Dance,Craft(Beadwork & fine art).

KUHLELEKE KANJE:
DAY 01 - BHAMBANANA HALL
USUKU : 06 August 2026
AMAWARD AZOQHUDELANA:
Ward 10, 11, 12, 13, 14, 15, 16, 17, 18, 22,23.
ISIKHATHI: 09:00 ekuseni

DAY 02 - MAKHONYENI HALL
USUKU : 07 August 2026
AMAWARD AZOQHUDELANA:
Ward 01, 02, 03, 04, 05, 06, 07, 08, 9,19, 20, 21,
ISIKHATHI: 09:00 ekuseni

Abazodla umhlanganiso ngomhlaka 6&7 bazobe sebeyoqhudelana ngomhlaka 8 August 2026 , eMandlamthethwa School of Axcellence.

Ngeminingwane eyevile: 072 373-7574 (Jozini LM Art & Culture Officer) Miss Sangweni
•Mr J Sibiya (Jozini LM chairpeson)0722623387
•Mr BS Ntsele (Jozini LM arts & culture Manager) 0713502766

Uyamemeza okaNdaba
27/07/2026

Uyamemeza okaNdaba

Motheo wenza iyimanga laphay eMosvold Hospital kodwa ke baningi abaqashiwe ..sesilinde lemigwaqo ewu2 ke ezokhandwa soon...
27/07/2026

Motheo wenza iyimanga laphay eMosvold Hospital kodwa ke baningi abaqashiwe ..sesilinde lemigwaqo ewu2 ke ezokhandwa soon. Asaz ke ngoba uMswati uthi ufuna indawo yakhe🤣

18/07/2026

Kuhle kudelile eSgodlweni

10/07/2026

Kuhlukene imibono ngodaba lwaseNdlunkulu..kodwa kuvela ukuth Cha I video indala amaphaphu phansi kubantu neNkosi

04/07/2026

umgwaqo wasesheshi usufakwe izinduku..kuyeza fast

⚠️Isukile eNgwavuma
03/07/2026

⚠️Isukile eNgwavuma

01/07/2026

Address

Ingwavuma

Telephone

+27715305627

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ingwavuma News Updates posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ingwavuma News Updates:

Shortcuts

Share

Category