Ushuni Wamabhinca Channel

Call Website

Ushuni Wamabhinca Channel Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ushuni Wamabhinca Channel, Photographer, Durban.

Sicela ucofe Follow & Like button, sikhona nakuYouTube please subscribe Nansi
link 👇

https://youtube.com/?si=SO7QGqRYx9dkDyyk


Please subscribe on my page 👇

U Khuzani uthi engakadumi wake wasebenza estolo senyama (Butchery) waxoshelwa ukuwisa umkhono wenyama ngoba wayesemncane...
08/11/2026

U Khuzani uthi engakadumi wake wasebenza estolo senyama (Butchery) waxoshelwa ukuwisa umkhono wenyama ngoba wayesemncane nangomzimba wahluleka ukuwuthwala, kuthi esefundele I security wabuya waqashwa I company yamfaka khona kulestolo axoshwa kuso wathi umlungu cha asimfuni lo... waphinde waxoshwa okwesbili.

UKhuzani ukusho lokhu ekhuluma nesiteshi esizinze e Thekwini iGagasi fm, lapho ubechaza ngempilo yakhe before ukuba wumculi kaMaskandi ovelele kwi interview abeyenza noLinda Sibiya.

I March and March  isikhiphe isitatimende ngokusemthethweni iqinisekisa ukumiswa kwe page lika Jacinta Zinhle MaNgobese ...
07/11/2026

I March and March isikhiphe isitatimende ngokusemthethweni iqinisekisa ukumiswa kwe page lika Jacinta Zinhle MaNgobese Zuma, yaphinde yaveza ukuthi u Jacinta uzoqhubeka axhumane nabalandeli bakhe ngalo I Page le March and March futhi alikho elinye I page eselivuliwe noma elizovulwa until father notice.

Ezibuhlungu zithi sekunyamalale I page lika  Jacinta Zinhle MaNgobese Zuma.
07/11/2026

Ezibuhlungu zithi sekunyamalale I page lika Jacinta Zinhle MaNgobese Zuma.

U Mthandeni sk uthi ufuna ukunikhulumela nabakwa Brentwood benehlisele ama price ale brand esyisupportwe kangaka amabhin...
06/11/2026

U Mthandeni sk uthi ufuna ukunikhulumela nabakwa Brentwood benehlisele ama price ale brand esyisupportwe kangaka amabhinca.

Phela kusukela ngikhula mina omalime babegqoka lona ugodo kuzekube namhlanje lusadlisa aluphuphi aluphumi estayeleni.

Phela

Ukubalwa kwamavoti kusaqhubeka kodwa I DA izidlela amanga njengoba I leader about 5 woMasipala abakhulu lapha ANC I lead...
06/11/2026

Ukubalwa kwamavoti kusaqhubeka kodwa I DA izidlela amanga njengoba I leader about 5 woMasipala abakhulu lapha ANC I leader 2 kanti I MKP I leader uMasipala owodwa e Thekwini.

Kusazoqhubeka ukubalwa kwamavoti kuMasipala wese Thekwini, kodwa kusabukeka I MK Party izihola phambili ngama Percent an...
05/11/2026

Kusazoqhubeka ukubalwa kwamavoti kuMasipala wese Thekwini, kodwa kusabukeka I MK Party izihola phambili ngama Percent angu 42.9% kulandele DA ngo 20.65% kanti isithathu yi IFP 9.37%.

Yeye kwavuka amacala amadala "Nanimbophelani uZuma Nina"Kubuza uMlungisi Inkinga Manzinza.
05/11/2026

Yeye kwavuka amacala amadala "Nanimbophelani uZuma Nina"

Kubuza uMlungisi Inkinga Manzinza.

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ushuni Wamabhinca Channel posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category