05/09/2026
Ayanda Dludla owayeshayela i taxi eyaba sengozini eyabulala izingane zesikole eziwu 14 ngo January usazama ukuthola i bail. Umseshi uthi uma enikwa i bail umphakathi uzoxoxa naye.
Dludla utshele inkantolo ukuthi wayengaqondile ukudala ingozi futhi zazimthanda izingane zimbiza ngomalume.
Inkantolo izokhipha isinqumo mhlaka 9 September 2026 ukuthi uyayithola yini i bail.