Extension Point FM

Extension Point FM Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Extension Point FM, 29538 umhlatuzana Road Tshelimnyama, Durban.

Tee Production
Tutto Evento Emperor

Services :
Artist Agency & Online Radio
Facilitation & Program Directors
Photos & Videographer
Recording Session & Designing
Profiling

03/09/2026

uma ngase kuthiwe zishade ungazishada ungajola nawe nawe ?

📸 Andile Ngcobo

Mphakathi, iZihlobo, abangani kanye nabangani Ba Thobeka Amanda Ntombela.Isaziso esiphuthumayo, Inkonzo yokuvaleliswa kw...
02/09/2026

Mphakathi, iZihlobo, abangani kanye nabangani Ba Thobeka Amanda Ntombela.

Isaziso esiphuthumayo, Inkonzo yokuvaleliswa kwadadwethu isizoba eShekinah Community Church International 'Edabe lapha Kwa BJ Ndlovu'.

Ngo 09h00 ekuseni,kuyothi kungaphela inkonzo mese kubhekwe endlini yakhe yokungcina.

kuyothi masekusukwa emalibeni, kungasabuyelwa esontweni kodwa soya ekhaya Kwa Ntombela okuyilapho okuyoba khona isidlo.

Amen

I only know a Phara😫
01/09/2026

I only know a Phara😫

This was morethen a handshake but we were closing a deal. help me welcome  Mngomezulu  you might remember him on  Africa...
01/09/2026

This was morethen a handshake but we were closing a deal. help me welcome Mngomezulu you might remember him on African Idols , Stone Movement , RUM jeap that him, his now join Mondli Mkhulisa 'Somnyama Imbinca Lase Italian' who is more on Ngqomu and Maskandi Ngqomu, and Sanele Iambm Mkhize Jersey no. 10 who is versatile but his more on the Hip-hop side, Mngomezulu his also versatile but we are going to be more focused on Jazz, Afro Jazz and RNB...and more

NB: Artists managers, Promoters, Event Organizers...let work or be against our work that still works.






Colgate

Lapho KwaSanti kunomfana omncanw okuthiwa Asanda uzibiza ngo Mkhulumeli Wenhliziyo , wafika wathi kumina Bhuty Tsepo Tse...
31/08/2026

Lapho KwaSanti kunomfana omncanw okuthiwa Asanda uzibiza ngo Mkhulumeli Wenhliziyo , wafika wathi kumina Bhuty Tsepo Tsepo Ncube nginesifiso sokubona amaciko akithi ikakhulu emphakathini wam ukuthi aphumelele kodw kunzima ngoba uxhaso anginalo...ngase ngifonela team yam sasuka e Ward 15 safika ward 16 impela umfana ubengathethi manga uxhaso alukho kanti asificanga neyoooodwa leadership yase 16.

lokho akusivimbanga ukufeza iphupho lomfana nawa amazibela omncimbi & Shameni Maskandi Festival

Sound Eventiology MR SP Dube
DJ
📸 AndyKing Cele

NB Special thanks to Marianhill SAPS Marianhill CPF, and Mariannhill Youth Desk nakhu ukudla

Inkosi isiphinde yasivakashela futhi,uThobeka Amanda Ntombela, Saqala ukusebenzisana  naye ngo 2015, kwi Qembu Elalibuzw...
31/08/2026

Inkosi isiphinde yasivakashela futhi,

uThobeka Amanda Ntombela, Saqala ukusebenzisana naye ngo 2015, kwi Qembu Elalibuzwa ngokuthi 'Shooting Stars', elalenza, Imidlalo yease Stage kanye neye Shashalaz.

Kuthengo 2017, wa join elinye iqembu lezimbongi nomculo, INI The spirit of Togetherness ilapho khona ayesecula aphinde alingise, 2018, ubese ngenela ama Auditions ilapho adlala kwi Movie ngaphansi kwe Last Stage Production, akazange asabheka emuva, wabonakala kwimidlalo yako SABC, eshiyelana inkundla neqalabutho oMama Nandi osadlula naye emhlabeni,

kuthe ngo 2023 wa join umsakazo womphakathi Extension Point FM esakaza izindaba aphinde enze nohlelo lwe hip hop okwakumculo ayewukhonzile

ngo 2021 wabonakala KuMendo elingisa umamasgebengu ebedayisa untshwala ngaphansi kwi TEE Production Films and AndyKing Creatives.

Ensukwini zokungcina ubesechitha isikhathi sakhe ngokufunda, Elangeni college.aphinde abonakale kuma Skirt comedy, esebenza no Mdolomba, Mzambia kaye Nengqwele,

ukuhamba kwakhe kusizumile singamaciko sithi lala uphumule dadwethu.

Kusasa KwaSanti Community hall kungenwa Mahhala from 11am to 18h00 ningaphuthelwa.
28/08/2026

Kusasa KwaSanti Community hall kungenwa Mahhala from 11am to 18h00 ningaphuthelwa.

Next year it 2027, kodwa ke after 2099, kulandela bani😩🤞🏾
27/08/2026

Next year it 2027, kodwa ke after 2099, kulandela bani😩🤞🏾

Address

29538 Umhlatuzana Road Tshelimnyama
Durban
3604

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Extension Point FM posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Extension Point FM:

Shortcuts

Share