07/08/2026
Umphakathi waka Mashu eningizimu netheku ugcine usuzibambela wona udaba lowokufika kuleli ongafuni ukuhamba kuleyandawo.
Okushaqise kakhulu ukubona umphakathi utapa okungesona isenzo esihle leso ngoba kungenzeka ukuba lokudla abakutapayo kuno poison.
Kucelwa bonke abatapayo bayeke ngoba akwaziwa ukuthi kungabe kufakweni phakathi 🙏